About The Author :
Siyabonga Ndwandwe is an espirational writer from Vryheid Izinto Zimane ukwenzeka was his debute novel which has been adapted into a radio show. He plans to release many more books in the future.
R 220.00
Seller : Amse7r0h
USenzo noNontobeko izithandani ezinkulu ezihlala zindawonye kuhle okwamajuba bahleka ndawonye,balwe ndawonye egameni lothando lwabo.Kuyiphupho elikhulu lanoma ngimuphi umuntu wesifazane ukuzibona eshada eba nomuzi wakhe ehlala nomnyeni azomethemba ngaso sonke isikhathi.USenzo ungumsebenzi wasebhange osebenza kanzima ngokuzikhandla ukuze impilo izohlezi iqhubeka futhi iphileka kalula lapha endlini nesithandwa sakhe sihlezi sithokozile singamshiyi.Ngokuphila impilo ephezulu sonke isikhathi kugcine sekumholela ophathe ezimalini zamakhasimende,UBheki njengekhasimende 122 uzithola eyisisulu salokhu ngoba ehluphekile iqiniso limuse ejele uSenzo nentombi yakhe uNontobeko isinde ngokulambisa ekubeni ibihlale idla nayo igcine ngokusho yodwa ukuthi isithandwa sakho kwamele usazi siphila mpilo yini.Iqiniso lithi impilo esheshayo negcwele ubumnyama imnandi kepha isiphetho sayo sibi.
5 in stock
Reviews
There are no reviews yet.